Imboni yezithelo izokwandiswa

112 views · Published 6 March 2015 · 1:57 · Indexed 18 November 2026

Channel: eNCA · 2015 · News & Politics

Watch on YouTube

Uhulumeni unethemba lokuthi uzothumela umthamo omkhulu wezithelo ezitshalwa kuleli kwizimakethe ezisakhula emazweni angaphandle.
Kwinkulumo yakhe ebheke esizweni phambilini kulenyanga, umengameli uJacob Zuma wabalula ukuthi umnotho wakuleli uzuza kanjani kwimboni yezolimo ekhula ngamandla.

More from this channel