Zulu Reading#3
458 views · Published 17 April 2013 · 2:07 · Indexed 18 October 2026
Channel: laoshu505000 · 2013 · Education
Zulu Reading Practice Album Release#3 ''Teach Yourself Zulu'' Ungubani lo mngane wakho, Sophie? UnguGertrude igama lakhe. Uthanda abantwana lo Getrude? Kakhulu, nkosikazi! Ushadile na? Yebo, ushadile. Uyakwazi ukupheka? Angazi kodwa ngiqinisile ukuthi uyakwazi. Uyakwazi ukukhuluma isiNgisi lo mame? Yebo, uyakwazi. IsiBhunu-ke? Uyasazi kodwa hayi kakhulu. Ungumhlobo muni? UngumZulu uGetrude. Angaqala nini? Angazi kodwa ngizombuza. Ngiyabonga Sophie. Mtshele uGetrude ukuthi nghithanda ukumbona. Kulungile, ngizomtshela. Facebook Page https://www.facebook.com/profile.php?id=12455367&ref=tn_tnmn FLR Page https://www.facebook.com/pages/FLR-Techniques-Foreign-Language-RoadRunning/197634473601768 FLR Website http://roadrunninglanguagecamp.com/