Bekushubile eLindelani bekhalela izidingo ngqangi

869 views · Published 16 March 2016 · 1:36 · Indexed 31 October 2026

Channel: eNCA · 2016 · News & Politics

Watch on YouTube

Subscribe to eNCA for latest news. No Fear. No Favour: http://bit.ly/eNCAnewsConnect with eNCA now to follow top stories and have your say:




Kume nse ukuhamba kwezimoto endaweni yaseNtuzuma naseLindelani ngesikhathi umphakathi uvuka umbhejazane ufuna ukwakhelwa izindlu. Lomphakathi uvuke ngovivi wafaka izivimba-mgwaqo ukhala ngokusilela emuva kwentuthuko endaweni yawo. Ababhikishi ababalelwa emakhulwini amabili bagasele emzini wekhansela besho ukulidla luhlaza. Kodwa izikhulu zikaMasipala weTheku zithi lo mphakathi uzoke uthi ukulinda ngaphambi kokuthi wakhelwe izindlu ngoba kusenepayipi lendle okusamele lifakelwe kulendawo nokuyinto ezothatha iminyaka emibili.

http://www.enca.com

https://www.facebook.com/eNCAnews
https://twitter.com/eNCAnews

More from this channel