UMkhandlu kaZwelonke weziFundazwe uza e-Gauteng kuMfumfu (ngo-Okthoba)!
75 views · Published 25 September 2013 · 0:45 · Indexed 21 September 2026
Channel: Parliament of the Republic of South Africa · 2013 · News & Politics
UMkhandlu kaZwelonke weziFundazwe uza e-Gauteng kuMfumfu (ngo-Okthoba) ukuzothola ukuthi ingabe iminyango kahulumeni wasekhaya, wezifundazwe nokazwelonke bayifezile yini imisebenzi yabo, nokuthi isabiwomali sabo basichithe ngendlela eyiyo na. Izindawo ezizohanjelwa zibandakanya izikole, amaphrojekthi okuhlaliswa kwabantu, amaphrojekthi ezolimo kanye nemitholampilo. I-NCOP izohlala enkundleni yezemidlalo i-Giant Stadium eSoshanguve kusukela mhla zingama-28 kuMfumfu kuya mhla lu-1 kuLwezi (kuNovemba). Abantu baseTshwane bayamenywa ukuthi beze bezozwakalisa izinkinga zabo ku-NCOP. ONgqongqoshe, AmaLungu oMkhandlu weziPhathimandla (MEC's), iziMeya kanye namaKhansela bazobe bekhona ukuzolalela bese beyaphendula.
More from this channel
-
1:28
State of the Nation Address 2013 President Jacob Zuma Part 15
-
3:11
FF Plus: Hon C. P. Mulder - Deaths of Initiates Debate
-
5:09
10. Substance Abuse: President Jacob Zuma Reply
-
4:24
IFP: Hon R. N. Cebekhulu - 1913 Land Act Debate
-
1:13
The NCOP Delegation Process
-
1:46
State of the Nation Address, 17 June: Red Carpet Fashion
-
2:11:02
Debate on Vote 38: Water Affairs
-
6:06:01
Plenary: National Council of Provinces, 16 September 2014